Imuphi Umagazini Wenkolo Onyatheliswa Kakhulu?
INqabayokulinda! Manje kunyatheliswa amakhophi angaba izigidi ezingu-14 alomagazini ngamunye ngezilimi ezingaphezu kwekhulu. Ungathola INqabayokulinda nganoma iluphi lwezilimi ezibhalwe ekhasini 2.
Yamukela isikhokhelo sonyaka, amakhophi amabili ngenyanga, ngokumane nje ugcwalise futhi uthumele isigqebhezana esilapha, kanye no-R12 (R.S.A.).
Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka seNqabayokulinda. Ngifaka u-R12.