Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w90 2/15 k. 32
  • Isigijimi Sanamuhla

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isigijimi Sanamuhla
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1990
w90 2/15 k. 32

Isigijimi Sanamuhla

INqabayokulinda nePhaphama! ziqukethe isigijimi esinjalo, njengoba kwaphawula umfundi wamuva nje owacela isikhokhelo futhi wabhala: “Bengilokhu ngifunda omagazini benu ngesithakazelo esikhulu. Ngaba nethuba lokufunda imiBhalo ehambisana nezihloko ezihlukahlukene phakathi nesikhathi sami sokuphumula.

“Ngaso sonke isikhathi ngimangazwa isigijimi somagazini benu ngokuphathelene nezindaba zanamuhla. Akunakugcizelelwa ngokwanele ukuthi izincwadi zenu zibaluleke kangakanani ekuqondeni iBhayibheli kangcono. Umagazini wenu owabangela ukuba nginqume ukukhipha iBhayibheli lami elase lilele uthuli futhi ngifunde encwadini enkulu kunazo zonke. Ngempela ngibheka phambili kumagazini ngamunye.”

Nawe futhi ungathunyelelwa INqabayokulinda nePhaphama! ekhaya lakho. Thumela u-R24 kuphela, futhi uyobathola bobabili labomagazini (abane ngenyanga) ngonyaka owodwa.

Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka seNqabayokulinda nePhaphama! Ngifaka u-R24. (Ngaphandle kwaseS.A., bhalela ihhovisi legatsha leWatch Tower lendawo yakini ukuze uthole ukwaziswa.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela