Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w89 4/15 k. 32
  • IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1989
w89 4/15 k. 32

IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze!

Leso isihloko sencwadi entsha ekhuluma ngokuningiliziwe ngayo yonke incwadi yeBhayibheli yesAmbulo. Umfundi oshisekayo waseCalifornia uyabhala:

“Ngiyayithanda! Ngithanda ikakhulukazi ukwakheka kwayo. ImiBhalo ibhalwe ngokugqamile, kwanikezwa nencazelo ecacile, eqondile, neqondakalayo yombhalo ngamunye. Yenza ukufunda kube lula. Ngiyakwazisa futhi nokuba mfushane kwezahluko. Amashadi nemifanekiso kusiza ngokwengeziwe.

“Cabanga nje, njengenkosikazi engasebenzi ngiyakwazi ukuhlala phansi futhi ngifunde ngokuqonda izinto ezijulile zikaNkulunkulu. Ngenxa yokuthi nithathe isikhathi nokunakekela ukuze nenze lokhu kwaziswa kubelula, sonke sesingasondela eduze kakhulu noNkulunkulu wethu.”

Uyohlabeka umxhwele ngencazelo ecacile, enengqondo yezilo, udrako, isifebe esikhulu, kanye nabanye abalingiswa abangokomfanekiso besAmbulo. Uyobona lokho okukushoyo osukwini lwethu. Lencwadi enoqwembe oluqinile evusa amadlingozi, ubukhulu bamakhasi ayo obulingana nalomagazini, inikeza ukucatshangelwa kwevesi ngalinye lesAmbulo. lode namuhla. Ingu-R6 kuphela, iposi likhokhelwe.

Sizani nithumele incwadi enamakhasi angu-320 ethi IsAmbulo—Umvuthwandaba Waso Omkhulu Useduze! Ngifaka u-R6.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela