Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w86 7/1 k. 32
  • Usizo Lwangempela Ngesikhathi Sendingeko

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Usizo Lwangempela Ngesikhathi Sendingeko
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1986
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1986
w86 7/1 k. 32

Usizo Lwangempela Ngesikhathi Sendingeko

Yilokho abantu abaye bakusho ngencwadi Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni. Omunye umfundi onokwazisa wabhala: “Angizange ngenze lutho ngaphandle kokubheka lencwadi ngaso sonke isikhathi engingasebenzi ngaso selokhu ngayithenga. Inemifanekiso emihle, futhi lokhu kwaziswa kungokwakhayo kakhulu kimina . . .

“Ngiyokwazi ukuthi uma ngidumele ngenxa yokucindezeleka nezinkinga, ngibheke kulencwadi ngithole izimpendulo eziqondile nezeluleko zokungisiza.”

Nawe, futhi, uyothola usizo lwangempela ngokufunda izahluko ezinjengesithi “Ukulwela Ukwenza Okulungileyo” nesithi “Indlela Yokuthola Usizo Ngomthandazo.” Amakhasi alencwadi angama-256, anobukhulu obulinganayo nobalomagazini, agcwele imifanekiso efundisayo engaphezu kweyi-150, eminingi inemibala emihle.

Sizani ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile, ethi Ungaphila Phakade EPharadesi Emhlabeni. Ngifaka uR4,50.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela