Usizo Ekukhuleni
Ukukhula kulesisikhathi esinzima akulula. Intsha ibhekana nezimo eziningi ezintsha, futhi kumelwe yenze izinqumo ezisindayo. Ingabe kumelwe ngibheme? Ngamukele imilaliso? Ikuphi ukuziphatha okufanele mayelana nabobuhli obuhlukile? Kuthiwani ngokushaya indlwabu nobungqingili? Omunye osemusha wabhala:
“Cishe nqineminyaka eyi-13 manje ubudala, futhi ngithanda ukunibonga ngencwadi “Ubusha.” Lencwadi iye yangisiza kakhulu kulezizikhathi ezinzima zokukhula. Ngifisa ukuthi bonke abantwana abangontanga yami noma abadala bazi ngalencwadi.”
Lencwadi, icabangela yonke lemibuzo engenhla neminye eyengeziwe, “UBusha bakho—UKuthola Okungcono Kakhulu Kubo.” Zitholele isiboniselo ngokugcwalisa nokuthumela lelipheshana. Amasenti angama-90 kuphela.
Sizani ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile, enamakhasi angu-192, “Ubusha Bakho—Ukuthola Okungcono Kakhulu Kubo.” Ngifaka amasenti angama-90.