Amatekisi Ezinsuku ZikaMarch, 1984
16 Babusisiwe abazingelwa ngenxa yokulunga, ngokuba umbuso wezulu ungowabo.—Math. 5:10. wZU 9/15/83 1, 2
17 Ngimemezele umnyaka womusa kaJehova nosuku lokuphindisela lukaNkulunkulu wethu.—Isaya 61:2. wZU 5/15/83 5, 6, 13, 14a
18 Hlomani izikhali zonke zikaNkulunkulu, ukuze nibe-namandla okumelana namaqhinga kaSathane.—Efe. 6:11. wZU 7/1/83 1, 9, 10a
19 Manibe-nhliziyonye nonke, nihawukelane, . . . nibe-nobubele nokuthobeka.—1 Pet. 3:8. wZU 11/15/83 8-10
20 Nakalokhu ngiyakunxusa, nkosikazi, kungengokungathi ngikulobela umyalo omusha kodwa lowo esasinawo kwasekuqaleni ukuba sithandane.—2 Joh. 5. wZU 10/1/83 9, 11, 12
21 IJerusalema liyakunyathelwa phansi ngabezizwe, kuze kugcwaliseke izikhathi zabezizwe.—Luka 21:24. wZU 9/1/83 12, 14-17
22 Buyisela inkemba yakho endaweni yayo, ngokuba bonke abaphatha inkemba bayakubhubha ngenkemba.—Math. 26:52. wZU 1/1/84 13, 14
23 Bheka, uSathane uzakuphonsa abanye etilongweni ukuba nilingwe.—IsAm. 2:10. wZU 9/15/83 4, 5
24 NginguJehova uNkulunkulu wakho okufundisile okukusizayo.—Isaya 48:17. wZU 12/1/83 11-14
25 Onke lawomadoda empi angahlela impi afika eHebroni ngezinhliziyo ezipheleleyo ukubeka uDavide inkosi yakwaIsrayeli.—1 IziKr. 12:38. wZU 8/15/83 8-10
26 Balekelani ubufebe.—1 Kor. 6:18. wZU 7/1/83 12, 13a
27 Ukuhlakanipha komuntu kubambezela intukuthelo yakhe; kuludumo lwakhe ukudlula esiphambekweni.—lzAga 19:11. wZU 11/15/83 19, 20
28 Isihlalo sakho sobukhosi, Nkulunkulu, singesaphakade naphakade; intonga yobuqotho iyintonga yombuso wakho.—Heb. 1:8. wZU 11/1/83 21, 22
29 Sithi sithukwa, sibe sibusisa; sithi sizingelwa, sibe sibekezela.—1 Kor. 4:12. wZU 9/15/83 4-6a
30 Buyisela inkemba yakho endaweni yayo, ngokuba bonke abaphatha inkemba bayakubhubha ngenkemba.—Math. 26:52. wZU 1/1/84 11, 13
31 Nithi kubo: Umbuso kaNkulunkulu usondele kini.—Luka 10:9. wZU 7/15/83