Ukubhujiswa Kwezwe Kuqala—Bese Kuba Ukuthula Kwezwe
Ukubhujiswa kwezwe kuyofika kanjani? Kuyohlanganisani? Ingabe abantu abayokuletha? Noma ingabe injongo kaNkulunkulu ukwenza lokho?
Funda isihloko sendaba engenhla encwadini enamakhasi ayi-192 ethiwa “Ukuthula Kweqiniso Nokulondeka—Kuvela Kumuphi Umthombo?” Funda indlela ongasinda ngayo nendlela ukuthula kwezwe ngalesosikhathi okuyokwenziwa ngayo kulondeke.
Sizani ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile ethiwa “Ukuthula Kweqiniso Nokulondeka—Kuvela Kumuphi Umthombo?;” ngifaka u-90c.