Umqondisi Ekukhuliseni Umntwana
Lapho ubhekisela encwadini Ukwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise, umbhangqwana osemusha eBrithani waloba okulandelayo:
“Yayiyincwadi yethu yosuku, iBhayibheli, isimiso esihlelwe ngokuhlangenwe nakho ekukhuliseni umntwana, futhi ukuthi sasiyofana nabalahlekile ngaphandle kwayo akwanele. Eqinisweni, uSamuel uma engenayo incwadi Ukuphila Komkhaya kuwumcabango engingenaso isibindi sokubhekana nawo ngisho namanje.
“Sanamathela ngokuqinile ezimisweni ezinhlanu ezibekwe eZwini likaNkulunkulu, njengoba zibekwe encwadini, futhi phakathi kwamasonto ayisithupha wayelala ubusuku bonke futhi ngendlela evamile phakathi nosuku yaze ngisho yasiza uAnne nami ngezimiso zethu. Futhi manje usekahle, uzilungise kahle, uwumfana omncane onomoya omuhle.”
Ungaluthola lolusizo ekukhuliseni umntwana ngokumane nje ugcwalise futhi uthumele ikhuphoni elihambisana namasenti angama-70.
Sizani ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile enamakhasi ayi-192 ethi Ukwenza Ukuphila Komkhaya Wakho Kujabulise. Ngifaka amasenti angama-70.