Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • w82 5/1 k. 32
  • ‘Iye Yacebisa Ukuphila Kwami’

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ‘Iye Yacebisa Ukuphila Kwami’
  • INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
w82 5/1 k. 32

‘Iye Yacebisa Ukuphila Kwami’

Yini leyo? Okuthile okwaphawulwa encwadini eyamukelwa indlunkulu yaseCanada yoFakazi BakaJehova eToronto. Incwadi yayifundeka kanje ngokwengxenye:

“Ngineminyaka eyi-18 futhi angikaze ngikholelwe kuNkulunkulu. Ngifisela ukusho ukuthi ngemva kokuhlangana noFakazi esikoleni ezinyangeni ezimbalwa ezedlule manje ngiyakholelwa kuNkulunkulu. Sitadisha ndawonye incwadi ethi ‘IQiniso Eliholela Ekuphileni Okuphakade’ . . . Engiye ngakufunda lapho kuye kwakucebisa kakhulu ukuphila kwami.”

Ungazitholela eyakho yalencwadi enhle, eqinisa ukholo ngokumane nje ugcwalise futhi uthumele ikhuphoni elingezansi.

Sizani ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile, enamakhasi ayi-192 ethi “IQiniso Eliholela Ekuphileni Okuphakade.” Ngithumela u-70.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela