Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • lfb kk. 218-219
  • Isethulo Sengxenye 14

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isethulo Sengxenye 14
  • Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Indaba Ethi Ayifane
  • UJohane Uthola IsAmbulo
    Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
  • Lingisa UJesu Ngokushumayela Ngesibindi
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2009
  • Uyini UMbuso KaNkulunkulu?
    Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi?
  • Lokho UJesu Akufundisa NgoMbuso KaNkulunkulu
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2010
Bheka Okunye
Masifunde Ezindabeni EziseBhayibhelini
lfb kk. 218-219
Umphostoli uPawulu noThimothewu basemkhunjini

Isethulo Sengxenye 14

AmaKristu okuqala ashumayela izindaba ezinhle zoMbuso nasezindaweni ezikude kakhulu zomhlaba. UJesu wawanika umyalo wokuba ashumayele futhi ngokuyisimangaliso wawenza akwazi ukushumayeza abantu ngezilimi zabo. UJehova wawanika isibindi namandla okumelana noshushiso olunzima.

UJesu wanika umphostoli uJohane umbono wenkazimulo kaJehova. Komunye umbono, uJohane wabona uMbuso wasezulwini unqoba uSathane futhi ukuqeda ngokuphelele ukubusa kwakhe. UJohane wabona uJesu ebusa njengeNkosi kanye nababusi abakanye naye abangu-144 000. UJohane wabona umhlaba wonke uba yipharadesi elinabantu abakhonza uJehova ngokuthula nangobunye.

IZIFUNDO EZIBALULEKILE

  • Ukwenza umsebenzi esiwunikwe uJehova kuyamkhazimulisa

  • Zinikezele kuJehova futhi umbonise ukuthi ufuna ukubuswa uMbuso wakhe

  • Yenza uJehova abe uMngani wakho omkhulu

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela