Isifundo 3
U-Owethu uzwe ukuthi umngane wakhe uyagula.
Ngakho uthi: “Ngiyazi ukuthi ngizokwenzani.
Ngizomenzela ikhadi khona ezoba ngcono, bese ngiyalihambisa!”
Bonisa umusa, nobabili nizojabula!
ENINGAKWENZA
Fundela umntanakho:
Cela umntanakho akhombe:
Indlu Itafula U-Owethu
Ilanga Inyoni Isihlahla
Buza umntanakho:
Ukhona omaziyo ogulayo?
Singamenzelani ukuze abe ngcono?
[Isithombe ekhasini 8]
[Isithombe ekhasini 8]
[Isithombe ekhasini 9]
[Isithombe ekhasini 9]