U-Abrahama (u-Abrama) uyafa: 1843 B.C.E.
URuthe ushada noBhowazi: cishe ngekhulu le-14 B.C.E. (ekuqaleni kwenkathi yabaHluleli)
Kuzalwa uHana: cishe ekupheleni kwekhulu le-13 B.C.E.
Kuzalwa uSamuweli: cishe ekuqaleni kwekhulu le-12 B.C.E.
U-Abhigayili ushada noDavide: cishe ekuqaleni kwekhulu le-11 B.C.E.
U-Eliya: uvela kukhulunywa ngaye ngemva kuka-940 B.C.E. kuze kube ngaphambi kuka-905 B.C.E.
UJona: uprofetha cishe ngo-844 B.C.E.
U-Esteri: uvela kukhulunywa ngaye kusukela ngo-493 kuya cishe ngo-475 B.C.E.
UJosefa ushada uMariya: 2 B.C.E.
UMariya uzala uJesu: 2 B.C.E.
UMarta: uvela kukhulunywa ngaye ngo-29-33 C.E.
UPetru uba umphostoli: 31 C.E.