Isembozo Esingemuva
Izihloko zezingxenye zale ncwadi
NGAPHAKATHI NANGAPHANDLE KWEKILASI
UBULILI, UKUZIPHATHA NEZOTHANDO
ISITHASISELO ESIBHEKISWE KUBAZALI
Uqeqeshelwa ukuba umuntu omdala! Ungawathola kanjani amakhono oyowadinga ukuze ube umuntu omdala onokwethenjelwa? Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo, UMqulu 1, ingakusiza. Iseluleko sayo sisekelwe ezimisweni eziwusizo eziseBhayibhelini. IZwi likaNkulunkulu liye lasiza abantu abaningi ukuba babhekane ngokuphumelelayo nezinselele zokuphila. Thola ukuthi lingakusiza kanjani wena!
“Ikhono lokucabanga liyokuqapha, ukuqonda kuyokulonda.”—IzAga 2:11.