INGXENYE 5
Imizwa Yami—Ukuziphatha Okulimazayo
Bhala izizathu zokuthi kungani ucabanga ukuthi ungase ulingekele ekubhemeni, ekuzitikeni ngotshwala noma ekudleni izidakamizwa.
․․․․․
Chaza izindlela ongazijabulisa ngazo noma ongehlisa ngazo umuzwa wokucindezeleka ngaphandle kokuzilimaza.
․․․․․