Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • sn ingoma 111
  • Uyobiza

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Uyobiza
  • Hubelani UJehova
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Uyobiza
    ‘Culela UJehova Ngenjabulo’
  • Ukuphila Okungenasiphelo—Ekugcineni!
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Isithembiso SikaNkulunkulu SePharadesi
    Hubani Izindumiso ZikaJehova
  • Ukuphila Okuphakade Kuthenjisiwe
    Hubelani UJehova
Bheka Okunye
Hubelani UJehova
sn ingoma 111

INgoma 111

Uyobiza

Uhlelo Oluprintiwe

(Jobe 14:13-15)

1. Ukuphila kunjengamazolo,

Kusheshe k’shabalale.

Esiyikho kusheshe kuphele,

Kusal’ izinyembezi.

Umunt’ angabuye aphile na?

UNkulunkulu uthi:

(CHORUS)

Uyobiz’ Abafileyo.

Bayovuka baphile.

Uyolangazelela

Umsebenzi wakhe.

Ngakho qina okholweni,

Wethembe uJehova.

Siyophila phakade,

Ngoba sadalwa nguye.

2. Noma bangaf’ abakhonza yena,

Akasoz’ abakhohlwa.

Bonk’ abasenkumbulweni yakhe,

Bayovusw’ ekufeni.

Siyobona ubuhle bok’phila,

EPharades’ phakade.

(CHORUS)

Uyobiz’ Abafileyo.

Bayovuka baphile.

Uyolangazelela

Umsebenzi wakhe.

Ngakho qina okholweni,

Wethembe uJehova.

Siyophila phakade,

Ngoba sadalwa nguye.

(Bheka noJoh. 6:40; 11:11, 43; Jak. 4:14.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela