Okusencwadini
Kule Ncwadi . . .
KUNEMIBHALO EYINHLOKO
egcizelela amaphuzu asemqoka
KUNENGXENYE ETHI ICEBISO
ukusikisela okuwusizo okungakwenza uphumelele
KUNENGXENYE ETHI UBUWAZI . . .?
amaphuzu azokwenza ucabange
KUNENGXENYE ETHI ENGIZOKWENZA!
amathuba okusho ukuthi uzokusebenzisa kanjani okufundile
KUNENGXENYE ETHI UCABANGANI?
imibuzo ezokusiza ucabangisise ngokufundile
Kunanengxenye Ethi . . .
IMIZWA YAMI
ingxenye ngayinye yale ncwadi iphetha ngekhasi elinesihloko esithi imizwa yami, lapho uzobhala khona okucabangayo
KUNENGXENYE ETHI ISIBONELO ESIHLE
kuxoxwa ngabantu abathile abaseBhayibhelini abayizi-bonelo ezinhle zokulingiswa