Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • yp2 kk. 112-113
  • Isikole Nontanga

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isikole Nontanga
  • Intsha Iyabuza Izimpendulo Ezisebenzayo—Umqulu 2
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Imizwa Yami—Isikole Nontanga
    Intsha Iyabuza Izimpendulo Ezisebenzayo—Umqulu 2
  • Indlela Yokuqondisa Ingane
    Usizo Lomndeni
  • Ingabe Kufanele Ngisiyeke Isikole?
    I-Phaphama!—2010
  • Isikole Esiphumelelayo Esisemhlabeni Wonke
    I-Phaphama!—1995
Bheka Okunye
Intsha Iyabuza Izimpendulo Ezisebenzayo—Umqulu 2
yp2 kk. 112-113

INGXENYE 4

Isikole Nontanga

Ingabe kunzima ukuphumelela ezifundweni ezithile?

□ Yebo

□ Cha

Wake waqinelwa ezinye izingane noma wahlukunyezwa ngokobulili esikoleni?

□ Yebo

□ Cha

Ingabe ngezinye izikhathi uye ufise sengathi ungahlanganyela nontanga ekuziphatheni okungafanele?

□ Yebo

□ Cha

Ungase ucabange, ‘Uma ngingasinda esikoleni, ngingasinda yonk’ indawo! Futhi likhona iqiniso kulokho. Phela isikole sifana nenkundla okuvivinywa kuyo ukuthi uqine kangakanani ngokwengqondo, ngokomzwelo nangokomoya. Ungayithola kanjani imfundo efanele kodwa ungangcoliswa izimo zengqondo zontanga abangaphili ngezimiso zikaNkulunkulu? Izahluko 13-17 zizokusiza uthole amakhono owadingayo.

[Isithombe esigcwele ikhasi ekhasini 112, 113]

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela