Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • yp2 kk. 84-85
  • Okuphathelene Nabangane

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Okuphathelene Nabangane
  • Intsha Iyabuza Izimpendulo Ezisebenzayo—Umqulu 2
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Obani Abangane Bami Bangempela?
    I-Phaphama!—2011
  • Ngingabenza Kanjani Abangane Abakahle?
    Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo, Umqulu 1
  • Ukulondoloza Ubungane Ezweni Elingenalo Uthando
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2009
  • Lithini IBhayibheli Ngokuba Nabangani?
    Imibuzo YeBhayibheli Iyaphendulwa
Bheka Okunye
Intsha Iyabuza Izimpendulo Ezisebenzayo—Umqulu 2
yp2 kk. 84-85

INGXENYE 3

Okuphathelene Nabangane

Kubaluleke kangakanani kuwe ukuba nabangane?

□ Akubalulekile

□ Kubalulekile nje ngandlela-thile

□ Kubaluleke kakhulu

Ukuthola kulula yini ukwakha abangane?

□ Yebo

□ Cha

Unaye umngane osondelene naye kakhulu?

□ Yebo

□ Char

Iyiphi imfanelo ongathanda kakhulu ukuba umngane abe nayo? ․․․․․

IBhayibheli lithi “umngane weqiniso ubonisa uthando ngaso sonke isikhathi, futhi ungumfowabo womuntu ozalelwe isikhathi sosizi.” (IzAga 17:17) Nalo-ke uhlobo lomngane oludingayo wena! Kepha kungaba lukhuni ukwakha abangane, ukubagcina kona kungaba nzima nakakhulu. Ungalwakha futhi ululondoloze kanjani uhlobo oluhle kakhulu lwabangane? Cabanga ngamacebiso asezahlukweni 9-12.

[Isithombe esigcwele ikhasi ekhasini 84, 85]

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela