Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • gf isif. 16 k. 26-k. 27 isig. 3
  • Bonisa Uthando Lwakho NgoNkulunkulu

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Bonisa Uthando Lwakho NgoNkulunkulu
  • Ungaba Umngane KaNkulunkulu
  • Indaba Ethi Ayifane
  • “UNkulunkulu Uthanda Umuphi Onamileyo”
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2013
  • Ungaba Umngane KaJehova
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
  • UNkulunkulu Ucela Ukuba Ube Umngane Wakhe
    Ungaba Umngane KaNkulunkulu
  • UJehova Uyabathanda Abantu Abapha Bethokoza
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1992
Bheka Okunye
Ungaba Umngane KaNkulunkulu
gf isif. 16 k. 26-k. 27 isig. 3

ISIFUNDO 16

Bonisa Uthando Lwakho NgoNkulunkulu

Indoda iyathandaza ifunde iBhayibheli

Ukuze ulondoloze umngane, kudingeka uxoxe naye. Uyamlalela naye akulalele. Ukhuluma izinto ezinhle ngomngane wakho kwabanye. Kunjalo nangokuba umngane kaNkulunkulu. Cabangela lokho iBhayibheli elikushoyo ngalokhu:

Xoxa noJehova njalo ngomthandazo. “Phikelelani emthandazweni.”—Roma 12:12.

Funda iZwi likaNkulunkulu, iBhayibheli. “Yonke imiBhalo iphefumulelwe uNkulunkulu futhi inenzuzo yokufundisa, yokusola, yokuqondisa izinto.”—2 Thimothewu 3:16.

Fundisa abanye ngoNkulunkulu. “Hambani niyokwenza abantu bazo zonke izizwe babe abafundi, . . . nibafundise ukugcina zonke izinto enginiyale ngazo.”—Mathewu 28:19, 20.

OFakazi BakaJehova ababili bashumayeza indoda

Sondelana nabangane bakaNkulunkulu. “Ohamba nabahlakaniphileyo uyohlakanipha.”—IzAga 13:20.

Yiba khona emihlanganweni eHholo LoMbuso. “Masicabangelane ukuze sivuselelane othandweni nasemisebenzini emihle, . . sikhuthazane.”—Heberu 10:24, 25.

Siza ekusekeleni umsebenzi woMbuso. “Yilowo nalowo [makaphe] njengoba nje enqumile enhliziyweni yakhe, kungabi ngokungathandi noma ngaphansi kokucindezelwa, ngoba uNkulunkulu uthanda umuphi onamileyo.”—2 Korinte 9:7.

OFakazi BakaJehova eHholo LoMbuso
    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela