Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g18 No. 2 k. 2
  • Isethulo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Isethulo
  • I-Phaphama!—2018
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Uhlu Lokuphakathi
    I-Phaphama!—2009
  • Bazali—Qeqeshani Izingane Zenu Ngothando
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-2007
  • Isehlukaniso Sinazo Izisulu
    I-Phaphama!—1991
  • Yini Engenza Umndeni Wakho Ujabule?—INgxenye 2
    Phila Kuze Kube Phakade!—Izifundo ZeBhayibheli
Bheka Okunye
I-Phaphama!—2018
g18 No. 2 k. 2

Isethulo

Izinto Ezingu-12 Ezenza Imindeni Iphumelele

Sivame ukuzwa ngezinto eziningi ezibangela ukuba imindeni ingaphumeleli. Kodwa ikhona imindeni ejabulayo. Yini eyenza iphumelele?

  • Phakathi kuka-1990 no-2015 laphindeka kabili inani labantu abaneminyaka engaphezu kwengu-50 abadivosa e-United States. Kanti elabaneminyaka engaphezu kwengu-65 laphindeka kathathu.

  • Abazali badidekile: Abanye ochwepheshe bathi kufanele abazali bazincome njalo izingane zabo, kanti abanye bathi akufanele.

  • Intsha ikhula ingenawo amakhono ewadingayo ukuze iphumelele ekuphileni.

Noma kunjalo, iqiniso liwukuthi . . .

  • Umshado ungajabulisa futhi uhlale njalo.

  • Abazali bangafunda ukuyala izingane zabo ngendlela enothando.

  • Intsha ingawafunda amakhono ezowadinga lapho isikhulile.

Kanjani? Le Phaphama! izixoxa ngezinto ezingu-12 ezenza imindeni iphumelele.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela