Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 11/12 k. 32
  • Lokho Izingane Ezikudinga Kubazali

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Lokho Izingane Ezikudinga Kubazali
  • I-Phaphama!—2012
I-Phaphama!—2012
g 11/12 k. 32

Lokho Izingane Ezikudinga Kubazali

Izingane namuhla zichayeke ebudloveni bezinga elingakaze libonwe nasekuziphatheni okuyichilo. Ngakho, abantabethu badinga imithetho yokuziphatha nesiqondiso esingokomoya kunanini ngaphambili. Abazali bangalutholaphi usizo lokuqeqesha izingane zabo? Abazali abaningi abaphumelele basebenzise iBhayibheli, beqaphela ukuthi iziqondiso zalo mayelana nokuphila nezimiso zokuziphatha azinakuqhathaniswa.

Ukuze kusizwe abazali bafundise izingane zabo, oFakazi BakaJehova balungiselele incwadi ethi Funda KuMfundisi Omkhulu. Izahluko ezingu-48 zale ncwadi zihlanganisa ezithi: “Ukulalela Kuvikela Wena,” “Isizathu Sokuba Sixolele Abanye,” “Isizathu Sokuba Singawaqambi Amanga,” “Izinto Ezingasisiza Sinqobe Ukwesaba,” nesithi “Isizathu Sokuba Sisebenze.”

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela