Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g 11/07 k. 32
  • Funda Lokho IBhayibheli Elikufundisayo

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Funda Lokho IBhayibheli Elikufundisayo
  • I-Phaphama!—2007
I-Phaphama!—2007
g 11/07 k. 32

Funda Lokho IBhayibheli Elikufundisayo

◼ Incwajana ethi Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi? ilingana nalo magazini futhi inamakhasi angu-32. Ihlelelwe ukusiza abantu baqonde izimfundiso eziyisisekelo zeBhayibheli. Le ncwajana ibonisa ngokucacile ukuthi iyini injongo kaNkulunkulu ngesintu futhi inikeza ukwaziswa okuvela eBhayibhelini okuveza ukuthi yini okudingeka siyenze ukuze samukeleke kuye. Ezinye zezihloko zayo ezikhangayo zithi “Ungubani UNkulunkulu?,” “Ungubani UJesu Kristu?,” “Iyini Injongo KaNkulunkulu Ngomhlaba?,” kanye nesithi “Uyini UMbuso KaNkulunkulu?”

Sikumema ukuba ucele ukulethelwa ikhophi yakho noma uzitholele yona engosini yethu ye-Internet ethi www.watchtower.org. Le ncwajana itholakala ngezilimi ezingaphezu kuka-250.

Ukuze uthole ikhophi, gcwalisa lesi sigqebhezana usithumele ekhelini eliboniswe kuso noma ekhelini elifanele kwasekhasini 5 lalo magazini.

□ Angizibophi, kodwa ngicela ningilethele ikhophi yencwajana ethi Yini UNkulunkulu Ayifunayo Kithi?

Bonisa ulimi.

□ Ngicela ningithinte mayelana nesifundo seBhayibheli sasekhaya samahhala.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela