Izimpendulo Ezisebenzayo Zemibuzo Obulokhu Uyibuza!
• Kungani abazali bami bengangiqondi?
• Kungani uBaba noMama bahlukana?
• Ngingazenzela kanjani abangane beqiniso?
• Kungani ngicindezeleka kangaka?
• Kungani izingane zingehlukani nami?
• Kuthiwani ngobulili ngaphambi komshado?
Incwadi ethi Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo ayifani nezinye izincwadi ezinyatheliselwa intsha. Izihloko eziqukethe zakhethwa ngemva kokuxoxa nentsha eningi emhlabeni wonke. Izimpendulo zayo, ezisekelwe eZwini likaNkulunkulu, iBhayibheli, ziyasebenza ngempela! Le mibuzo engenhla ingeminye yemibuzo ephendulwa yile ncwadi enamakhasi angu-320.
Uma ungathanda ukuzitholela ikhophi, mane ugcwalise lesi sigqebhezana bese usithumela ekhelini eliboniswe kuso noma ekhelini elifanele kwasekhasini 5 lalo magazini.
□ Angizibophi kodwa ngicela ningilethele incwadi ethi Intsha Iyabuza—Izimpendulo Ezisebenzayo.
Bonisa ulimi.
□ Ngicela ningithinte mayelana nesifundo seBhayibheli sasekhaya samahhala.