Uhlu Lokuphakathi
January 22, 2000
Ukuphila—Kwaba Khona Ngenxa Yokuklanywa
Ososayensi bazama ukulingisa imiklamo yemvelo ewubuchwepheshe. Kodwa ubani ofanelwe udumo ngemiklamo emangalisayo yokuphila?
3 Ukulingisa Imiklamo Yokuphila Emangalisayo
4 Ukufunda Emiklamweni Yemvelo
10 Ukwambulwa Komklami Omkhulu
12 “Isipho Sobukhosi” SikaJoachim Barrande
15 Ibratislava Ukusuka Ezibukweni Lomfula Lakudala Kuya Enhloko-dolobha Yesimanje
25 Ukudweba Amabalazwe Omkhathi—Esikhathini Esidlule Nanamuhla
30 Okuphawulwa Abafundi Balo Magazini
31 Isimo Esishintshayo Sezisulu Zempi
Ngingazigwema Kanjani Izingozi Ze-Internet? 19
Izigidi zentsha zisebenzisa i-Internet. Zingalisebenzisa kanjani ngokuhlakanipha leli thuluzi elinamandla?
Nsuku zonke, amadoda emhlabeni wonke ayashefa. Uyini umlando wokushefa? Futhi ungashefa kanjani?