Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g96 10/22 k. 32
  • Ukubaluleka Kukamagazini Owodwa We-Phaphama!

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Ukubaluleka Kukamagazini Owodwa We-Phaphama!
  • I-Phaphama!—1996
I-Phaphama!—1996
g96 10/22 k. 32

Ukubaluleka Kukamagazini Owodwa We-Phaphama!

Ngo-August 1993, indoda ethile eSão Paulo, eBrazil, yathola ikhophi ye-Phaphama! ezibini. Ngemva kokuyifunda ngokwazisa okukhulu, yabhalela i-Watch Tower Society eBrazil. Yabhala: “Sizani ningithumelele ukwaziswa ngokuphathelene nesifundo seBhayibheli sasekhaya samahhala. Ngiyaqiniseka ukuthi sizongisiza kakhulu.”

Isicelo salendoda sadluliselwa ebandleni loFakazi BakaJehova eduze kwalapho ihlala khona. Lendoda yavakashelwa, futhi kwaqalwa isifundo seBhayibheli nayo. Ngo-September 1995, lendoda yabonakalisa ukuzinikezela kwayo kuNkulunkulu ngobhapathizo lwamanzi emhlanganweni omkhulu woFakazi.

Ukubaluleka kukamagazini owodwa we-Phaphama! akufanele kubukelwe phansi. Okuqukethe kuthinta ukuphila kwabantu ngokomuntu siqu. Uma ungathanda ukuthola lomagazini njalo, cela omunye woFakazi BakaJehova noma ubhalele ekhelini elifanele kwasekhasini 5.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela