Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g91 5/22 k. 32
  • Akuyona Nje Eyabantwana

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Akuyona Nje Eyabantwana
  • I-Phaphama!—1991
I-Phaphama!—1991
g91 5/22 k. 32

Akuyona Nje Eyabantwana

Owesifazane waseFort Worth, eTexas, uyabhala: “Sekuyiminyaka eminingana nginencwadi ethi Ukulalela UMfundisi oMkhulu. Nganquma ukuqala ukuyifundela indodana yami enezinyanga eziyishumi ubudala. Usuku ngalunye ngifunda izahluko ezimbili noma ezintathu. Ngiyazi ukuthi usemncane kakhulu ukuba ayiqonde. Nokho, ngiye ngazuza kakhulu kuyo mina ngokwami. Lencwadi yathinta inhliziyo yami ngendlela ekhetheke kakhulu futhi yajulisa uthando lwami nokwazisa ngoJehova uNkulunkulu neNdodana yakhe, uJesu Kristu. Ngineminyaka engu-27 ubudala. Ngangicabanga ukuthi incwadi ethi UMfundisi oMkhulu imane nje ingeyabantwana, futhi manje ngiyazisola ngokungayihloli ngaphambidlana.”

Gcwalisa bese uthumela ikhuphoni elingezansi, khona-ke uyothunyelelwa lencwadi enoqwembe oluqinile, enemifanekiso namakhasi angu-192.

Ngingathanda ukuthola incwadi enamakhasi angu-192 ethi Ukulalela UMfundisi oMkhulu. (Ngaphandle kweR.S.A., bhalela igatsha leWatch Tower elisendaweni yakini ukuze uthole ukwaziswa. Bheka ikhasi 5.)

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela