Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g90 10/8 k. 32
  • Wake Wazibuza?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Wake Wazibuza?
  • I-Phaphama!—1990
I-Phaphama!—1990
g90 10/8 k. 32

Wake Wazibuza?

◻ Uyini umbono kaNkulunkulu ngedivosi?

◻ Ingabe iBhayibheli liyakuvumela ukuhlobonga noma ubungqingili?

◻ Kungani uNkulunkulu evumele ukuhlupheka?

◻ Ingabe ngempela wayehlose ukuba umhlaba ube ngalendlela?

◻ Ikusasa lisiphatheleni?

Omunye woFakazi BakaJehova uyokujabulela ukukuvakashela futhi akusize ukuba uthole izimpendulo zeBhayibheli emibuzweni enjalo. OFakazi BakaJehova banikeza imfundo yeBhayibheli yomuntu siqu neyeqembu mahhala.

Ngakho uma ungathanda ukuba umuntu ofanelekayo akuvakashele ekhaya lakho noma kwenye indawo efanelekile, siyokuhlela lokho ngenjabulo. Ngeke nje kuphela usizwe ukuba uthole izimpendulo zemibuzo yakho yeBhayibheli kodwa futhi nezimpendulo ezinkingeni zanamuhla ezingaxazululwa ngokusebenzisa izimiso zeBhayibheli. Ukuze uthole lenkonzo, mane nje ugcwalise ukwaziswa okucelwe ngezansi bese ukuthumela ekhelini elingezansi.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela