1914—Inkathi Yenguquko
Izazimlando zithi u-1914 wayewunyaka wenguquko emlandweni. Nokho, iBhayibheli lalikubikezele ngaphambili kakhulu ukuthi wawuyoba yiwo. Lithini iBhayibheli ngokuqondene no-1914? Wena uye wathinteka kanjani ngokwenzeka ngalesosikhathi?
Izimpendulo ezithakazelisayo zinikezwe encwadini ethi Ukuthula Kweqiniso Nokulondeka—Ungakuthola Kanjani? Bheka isihloko esithi “Unyaka Ophawuliwe—U-1914 C.E.,” esiqala ekhasini 70. Lencwadi yabukezwa ngo-1986, iye yafinyelela ukusakazwa okuphawulekayo kwamakhophi angaphezu kwezigidi ezingama-39 ngezilimi ezingama-69. Zitholele eyakho. InguR2 kuphela.
Sizani ningithumelele incwadi enoqwembe oluqinile, enamakhasi ayi-192 ethi Ukuthula Kweqiniso Nokulondeka—Ungakuthola Kanjani? Ngifaka u-R2.
[Umthombo Wesithombe ekhasini 32]
U.S. National Archives photo