Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • g89 10/8 k. 32
  • ‘Njengesinkwa Namanzi Enhliziyweni’

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • ‘Njengesinkwa Namanzi Enhliziyweni’
  • I-Phaphama!—1989
  • Indaba Ethi Ayifane
  • Liyini Ithemba Ngabantu Abafile?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova (Yomphakathi)—2019
  • Lapho Ukufa Kusho Ukufa
    I-Phaphama!—1998
  • UMbuso Nethemba Lovuko
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova Ka-1982
  • Siyini Isimo Sabafileyo?
    INqabayokulinda Ememezela UMbuso KaJehova-1994
Bheka Okunye
I-Phaphama!—1989
g89 10/8 k. 32

‘Njengesinkwa Namanzi Enhliziyweni’

Yilokho umfundisi ongumProthestani waseMálaga, eSpain, athi omagazini beNqabayokulinda nePhaphama! babefana nakho kuye. Wachaza:

“Bengilokhu ngingumfundisi wamaProthestani iminyaka eminingana, futhi nginganiqinisekisa ukuthi kuzo zonke izifundo zami zezenkolo, angikaze ngithole ubulula nokucaca izincwadi zenu ezinakho. Kimina, oFakazi BakaJehova bangabantu abahle kakhulu; ezweni elinobuzenzisi, baphila ngokuvumelana nalokho abakukholelwayo. . . .

“Okwamanje, ngenxa yezinkinga zomuntu siqu, anginakukwazi ukutadisha nani iBhayibheli njengoba bengingathanda, kodwa ngiyambonga uNkulunkulu, ngiyabathola omagazini benu, futhi ‘bayisinkwa’ ‘namanzi’ enhliziyweni yami, elambele futhi yomele uNkulunkulu ophilayo.”

Nawe futhi, ungathunyelelwa INqabayokulinda nomngane wayo, iPhaphama!, ekhaya lakho ngokugcwalisa nokuthumela isigqebhezana esingezansi.

Sizani ningithumelele isikhokhelo sonyaka seNqabayokulinda nePhaphama! Ngifaka u-R18.

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela