Watchtower UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
Watchtower
UMTAPO OKUYI-INTHANETHI
IsiZulu
  • IBHAYIBHELI
  • IZINCWADI
  • IMIHLANGANO
  • nwt kk. 32-33
  • Umbuzo 18: Ungasondela kanjani kuNkulunkulu?

Ayikho ividiyo kulokhu okukhethile.

Uxolo, kube nenkinga ekufakeni ividiyo oyifunayo.

  • Umbuzo 18: Ungasondela kanjani kuNkulunkulu?
  • IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
IBhayibheli ImiBhalo Engcwele
Umbuzo 18: Ungasondela kanjani kuNkulunkulu?

UMBUZO 18

Ungasondela kanjani kuNkulunkulu?

“Wena olalela imithandazo, zonke izinhlobo zabantu zizoza kuwe.”

IHubo 65:2

“Thembela kuJehova ngayo yonke inhliziyo yakho, ungathembeli kokwakho ukuqonda. Mqaphele kuzo zonke izindlela zakho, yena uyokwenza izindlela zakho ziqonde.”

IzAga 3:5, 6

“Lokhu kusho ukuphila okuphakade, ukuba bakwazi, wena owukuphela kukaNkulunkulu weqiniso, nalowo omthumile, uJesu Kristu.”

Johane 17:3

“Eqinisweni [uNkulunkulu akakude] kulowo nalowo kithi.”

IzEnzo 17:27

“Yilokhu engiqhubeka ngikuthandazela, ukuthi sengathi uthando lwenu lungagcwala kakhulu ulwazi olunembile nokuqonda okuphelele.”

Filipi 1:9

“Uma noma ubani kini engenakho ukuhlakanipha, makaqhubeke ekucela kuNkulunkulu, uyomnika kona ngoba ubapha bonke ngesandla esivulekile ngaphandle kokusola.”

Jakobe 1:5

“Sondelani kuNkulunkulu, naye uyosondela kini. Hlanzani izandla zenu, nina zoni, futhi nihlanze izinhliziyo zenu, nina enimanqikanqika.”

Jakobe 4:8

“Yilokhu okushiwo uthando ngoNkulunkulu, ukuba sigcine imiyalo yakhe; futhi imiyalo yakhe ayiwona umthwalo.”

1 Johane 5:3

    Zulu Publications (1975-2026)
    Phuma
    Ngena
    • IsiZulu
    • Thumela
    • Okukhethayo
    • Copyright © 2026 Watch Tower Bible and Tract Society of Pennsylvania
    • Imibandela Yokusebenzisa Le Webusayithi
    • Imithetho Yokugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • Amasethingi Okugcinwa Kwemininingwane Eyimfihlo
    • JW.ORG
    • Ngena
    Thumela